Umuthi wentwaso amagobongo okumele ulungiselwe wona uwadla , kunokhamba okumele uluphuze imvuma kufa, ukuze wenze isibopho phakathi wakho nedlozi. impandle yedlozi okumele uyisebenzise ukuze uzihlanze ukilineke idlozi alikhulumi noma ongcolile. Kumele uzile ukudla okuthile abanye bathi ufish akumele uwudle, ingulube akumele uyidle, kumele ube ngumuntu ozwana namanzi nempophoma , impophoma iwusizo kakhulu ekukhululeni imimoya, ngokuya uvakashe khona imimoya eminingi emibi izosuka kuwena.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |